FSP Licence Number 44816
*Imali oyitshalile isengozini

FSB Approved Licence Categories

Imikhiqizo Yokuhweba

IKhwezi Trade lihlinzeka ngohwebo ezimakethe zoMhlaba wonke ezihlukahlukene lapho ungakwazi khona ukuhweba ngokuqhathaniswa kwezimali, ngemiKhiqizo nama-Indices – ngamanani aphansi kanye nemali encane eyisibambiso.

Wonke la mathuluzi kuhwetshwa ngawo kuyiplatifomu efanayo iMT4 kusetshenziswa amaRandi.

ICurrency CFD's

ICurrency CFD's (FX) iyimakethe yomhlaba enkulu kunazo zonke nesebenzisa kakhulu imali uqobo, lapho kuthengwa khona izimali zibuye zidayiswe. Uma wenza uhwebo lwe-Currency CFD's (FX), ungakwazi ukwenza inzuzo ngokwenyuka nangokwehla kwamandla emali futhi akudingi ube nemali eningi ukuze uqale.

Imakethe ye-FX isebenza amahora angu-24 ngosuku, izinsuku ezinhlanu ngeviki, okwenza kube lula ukuhlela indlela wena ozolwenza ngayo uhwebo mali. Nakuba abahwebi abaningi be-FX bekhetha ukuqhubeka nemisebenzi yabo evamile, kunabahwebi abaningi kakhulu asebephila ngokuhweba nge-Currency CFD's.

(Isikhathi) 00:00 – 00:05 GMT.

Izinsimbi

Igolide nesiliva ayizinto ‘ezikahle ezingakhethwa’ abahwebi abafuna ukuzivikela ekunyukeni kwamanani ezinto nokushintshashintsha kwazo ezimakethe, ikakhulukazi ngezikhathi zokungazinzi komnotho.

(Isikhathi) 00:00 – 01:00 GMT.

Ama-Indices

IKhwezi Trade lihlinzeka ngezitokwe ze-indices ezingaphezu kwe-14, okuvumela abahwebi ukuba bakhethe phakathi kwemakethe yase-US (Melika) or you can leave it as “US”, eyaseYurophu, eyase-Asia neyase-Australia.

DOWUSD, NASUSD, SPXUSD isikhawu 23:15 – 23:30 GMT.
100GBP (Isikhathi) 23:15 – 23:30/00:00 – 01:00 GMT.
200AUD (Isikhathi) 08:30 – 09:10/23:00 – 01:50 GMT.

Imikhiqizo

IKhwezi Trade ihlinzeka nangamathuluzi ahlukahlukene okuhweba ngemikhiqizo kuyiplatifomu iMT4. Ukweba ngeKhofi, Umbila, Ukolo nokunye – konke kusebenzisa iRandi.

Ezamandla

U-Oyela Ongahluziwe (Brent Crude) no-Oyela iWest Texas (WTI) kungamathuluzi amabili asetshenziswa kakhulu kwezohwebo futhi ayatholakala kuyiplatifomu yethu ukuze kuhwetshwe ngawo.

BREUSD (Isikhathi) 01:00 – 03:00 GMT.
WTIUSD (Isikhathi) 00:00 – 03:00 GMT.
OILUSD (Isikhathi) 00:00 – 03:00 GMT.